Mnguni
Qwabe
Mnguni kaYeyeye
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba Abathi "dluya kubeyethwe"
Kanti bahlinza imbuzi
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni
Sidika lolodaba
Phakathwayo! Wena kaMalandela
Ngokulandel' izinkomo zamadoda
Amazala-nkosi lana! Mpangazitha!

Help complete these here