Dumakude
Mdima
S'bhodla bakhothe umlomo abafokazane
Mfazi omabelemade
Oncelisa ingane ngaphesheya komfula
Wena ogeza ngensipho kapondo
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane
Phangandawo
Nojoma
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!

Help complete these here