Dlaba
Shukulas', Mnomiya
Dludle
Dludl'owadl'imihlambi yamadoda
Wadl'izinkomo zamaNdebele
Oyodl'ezikaDlaba uyoceba
Dlab' akadleli phansi
Udle' edlodlweni
Abanye bedlela phansi
Mavulane owavul' iNkandl'ivaliwe
Mchube, Mlotshwa
Wena kaLumbazo, kaZokufa
Sigananda phum'eNkandla!

Help complete these here